Sms [Zoo Loo Tribute to Shwi Nomtekhala - Best of]
Emhlabeni kufanele senzenjani thina
Ngoba lomhlaba wethu usujikile
Emhlabeni kufanele senzenjani thina
Ngoba lomhlaba wethu usujikile
Omkhulu bethi bawifica ungenjena
Nobaba bethu bafika kungenjena
Awu nathi futhi sawuthola ungenjena
Sekuyacaca ukuthi kodwa usujikil
Uma uke wamthinta umuntu
Uyazi ozokubulala
Uma uke wamnyathela
Uyazi sekubulele
Abantu bakithi abasenawo unembeza
Ingabe uSathane uthumel' isms yini na
Abantu bakithi abasenawo unembeza
Ingabe uSathane uthumel' isms yini na
(Usathane sethumel' isms kubantu yini na)
(Akulona ulaka lolu)
(Usathane sethumel' isms kubantu yini na)
(Akulona ulaka lolu)
(Usathane sethumel' isms kubantu yini na)
(Akulona ulaka lolu)
(Yiyi yiyiyi) Uxolo Sathane
(Yiyi yiyiyi) Uxolo kuwe baba
(Yiyi yiyiyi) Uxolo Sathane
(Yiyi yiyiyi) Uxolo kuwe baba
(Usathane sethumel' isms kubantu yini na)
(Akulona ulaka lolu)
Emhlabeni kufanele senzenjani thina
Ngoba lomhlaba wethu usujikile
Emhlabeni kufanele senzenjani thina
Ngoba lomhlaba wethu usujikile
Omkhulu bethi bawifica ungenjena
Nobaba bethu bawufica kungenjena