Uma Kungenxa

DEBORAH FRASER, SIPHO MBELE

Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi kwam)
Noma kungennxa (Noma kungenxa yezono zami)
Sthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Hayayi baba uphukile umphefumlo wami
Ibuzwile ubuhlungu ihlizweni yami
Masumthatha baba ngingakamazi
Ngingakamazi ngingakamniki lonke uthando
Okumele ngimnike lona

Ayaphela amathemba ami
Since impela isikhathi asichithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wakhe aphumule

Uma kungenxa yobubi bam (Uma kungenxa yobubibam)
Uma kungenxa yezono(Noma kungenxa yezono zami)
Sthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yezono zami (Uma kungenxa yokona kwam)
Uma kungenxa yokona kwam (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mkhulule baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Uma kungenxa baba (Uma kungenxa yobubi kwam)
Uma kungenxa Somandla(Noma kungenxa yezono zami)
Mkhulule ahambe baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yobubi bami (Uma kungenxa yokona kwam)
Uma kungenxa yezono zam(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelel baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Ayaphela amathemba ami
Since impela isikhathi asichithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wakhe aphumule
Umphefumlo wakhe baba uphephe kuwe

Uma kungenxa baba (Uma kungenxa yobubi kwam)
Noma kungenxa Somandla(Noma kungenxa yezono zami)
(Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yokubi bami (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yenkohlakalo (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mkhulule baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Awu ngiyakhalaza kuwe baba (Uma kungenxa yobubi kwam)
Sthethelele Somandla(Noma kungenxa yezono zami)
Yebo Nkosi (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Mkhulule Somandla (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Hayayi hayayi (Uma kungenxa yobubi kwam)
Noma kungenxa bomi bam (Noma kungenxa yezono zami)
Noma kungenxa yezono (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Uma kungenxa yenkohlakalo (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Yebo baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Uma kungenxa baba (Uma kungenxa bubi bam)
Uma kungenxa yezono zam(Noma kungenxa yezono zami)
Uma kungenxa yemoto yam (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yezono zam (Uma kungenxa yokona kwam)
Uma kungenxa yempahla yam (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mkhulule ahambe baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Curiosidades sobre la música Uma Kungenxa del Zoo Loo

¿Cuándo fue lanzada la canción “Uma Kungenxa” por Zoo Loo?
La canción Uma Kungenxa fue lanzada en 2013, en el álbum “A Tribute To Deborah - Best Of Vol. 1”.
¿Quién compuso la canción “Uma Kungenxa” de Zoo Loo?
La canción “Uma Kungenxa” de Zoo Loo fue compuesta por DEBORAH FRASER, SIPHO MBELE.

Músicas más populares de Zoo Loo

Otros artistas de