Ngitshele S'thandwa [Zoo Loo Tribute to Shwi Nomtekhala - Best of]

Awungutshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi

Awungutshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi

Awungutshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi

Uthi unembeza ungaphakathi kuye
Mina ngikhululeke
Uthi iqiniso lingaphakathi kuye
Mina ngimthinte la ngiphinde ngimthinte lana

Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke enhlizweni yami
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke enhlizweni yami
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke enhlizweni yami

Njengoba ngithi sweety ngiphinde ngithi lovey
Ngikhombisa wena uthando
Njengoba ngithi sweety ngiphinde ngithi lovey
Ngikhombisa wena uthando

Sthandwa sami njengoba ngisho lamagama kuwe
Ngikuthanda ukuhleni nase bubini
Mh hmhm bahaba
Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke enhlizweni yami

Awungutshele sthandwa sami
Lamagama ongibiza ngawo
Ngabe wena uthanda liphi
Awungutshele sthandwa sami (wena)
Lamagama ongibiza ngawo (wena)
Ngabe wena uthanda liphi (wena we sthandwa sami wena)
Awungutshele sthandwa sami (wena)
Lamagama ongibiza ngawo (wena)
Ngabe wena uthanda liphi (wena we sthandwa sami wena)

Ngoba ungibiza sweety (wena)
Uphinde ungibize lovey (wena)
Kanti yiliphi elami (wena we sthandwa sami wena)
Ngoba ungibiza sweety (wena)
Uphinde ungibize lovey (wena)
Kanti yiliphi elami awungitshele (wena we sthandwa sami wena)

Awungutshele sthandwa sami (wena)
Lamagama ongibiza ngawo (wena)
Ngabe wena uthanda liphi (wena we sthandwa sami wena)

Nguwe wedwa sthandwa sami
Wena uyikho konke enhlizweni yami

Uthi unembeza ungaphakathi kuye
Mina ngikhululeke
Uthi iqiniso lingaphakathi kuye
Mina ngimthinte la ngiphinde ngimthinte lana

Músicas más populares de Zoo Loo

Otros artistas de