Awugobe [Zoo Loo Tribute to Shwi Nomtekhala - Best of]
Awugobe Msenge udliwe zimbuzi
(Bayodlalela kuwe abafana)
(Mhhh hoye)
Awugobe Msenge udliwe zimbuzi
(Bayodlalela kuwe abafana)
(Mhhh hoye)
Ungumfelwakazi wafelwa ngontanga yenu mfana
Ayikho indawo yakho lana
Ngithi ungumfelwakazi wafelwa ngontanga yenu mfana
Ayikho indawo yakho lana
Awubheke manje sujuluk' sumanzi uthente
Uthi ukuphi bhubhu
Kanti yikhehla lenyoni
Inyoni endala angek' uyenze lutho
(Ukuthula kwami akusho ukuthi ngiligwala)
(Ukukhuluma kwakho nje akusho ukuthi ulishina)
(Ukuthula kwami akusho ukuthi ngiligwala)
(Ukukhuluma kwakho nje akusho ukuthi ulishina)
(Uma uke wavuma ukulunga)
(Futhi waxega nje)
(Bayodlalela kuwe abafana)
(Wavuma ukulunga)
(Waxega nje)
(Hawu bayodlalela kuwe abafana)
(Uma uke wavuma ukulunga)
(Futhi waxega nje)
(Bayodlalela kuwe abafana)
(Awugobe Msenge udliwe zimbuzi)
(Bayodlalela kuwe abafana)
(Mhhh hoye)
(Awuvale la uvule lana)
(Mhh hoye)
Awubheke manje sujuluk' sumanzi uthente
Uthi ukuphi phuphu
Kanti yikhehla lenyoni
Inyoni endala angek' uyenze lutho
(Ukuthula kwami akusho ukuthi ngiligwala)
(Ukukhuluma kwakho nje akusho ukuthi ulishinga)
(Uma uke wavuma ukulunga)
(Futhi waxega nje)
(Bayodlalela kuwe abafana)
(Wavuma ukulunga)
(Waxega nje)
(Hawu bayodlalela kuwe abafana)
(Awugobe Msenge udliwe zimbuzi)