Hello

What a time
Feels good to be here
Feels good to be here

Hello uthi engabe usambona
Ngikhumbula uthi ngeke ngibe lutho mama
Hello uthi engabe usambona
Khumbula uthi ngeke ngibe lutho mama

Thatha osemnyango limbeke emsamo
Thatha osemsamo limbeke emnyango
Thatha osemnyango limbeke emsamo
Thatha osemsamo limbeke emnyango

Mfana look at the past look at us now
Ubukele ekasi bukel' eTown
Ithi ngikgubhele fast how we get down
The only el we take is if you'er paying by the pound haha
Zolo lokhu bebesbuka okwama reject
Thath' ukbheka manje seziyakhipha njengo eject sharp
Mfanakithi we're nice sesingakhala phela
Kodwa eqinisweni si right
Uzungisize phela wemfethu
Ungalinge uphelumoya mntaka baba
Ungalinge uphelumoya mntaka baba (Ungaphelumoya mntaka baba)

Ngiyazi kuningi odlula khona nawe lapho
Kuzolunga usazobona mntaka baba (Usazobona mntaka baba)
Une choice whether uyavuka or you stay in covers
You better get your act together like the whynes brothers
I made mine now I'm a king in my city
Mambona ababejheka ngivele ngiphenduke ngithi

Hello uthi engabe usambona
Ngikhumbula uthi ngeke ngibe lutho mama
Hello uthi engabe usambona
Khumbula uthi ngeke ngibe lutho mama

Noma kunzima lapho fakumfutho makhi
Awubheke nje wonke umuntu upusha iphupho lakhe
Mina ngichithe iskhathi esningi ngokusokola
Manje angifuni ukubona ustakhe kulelo khona ha

Gcwala ngami kuzolunga
Gcwala ngami kuzolunga kuyobengathi akukaze kushube
Ukuzwe ngesinamuva
Ukuzwe ngesinamuva kungena lona livele libhubhe
Shuzukile now we screeming (Oh lord)
Trying to stack number sound light (My core lord)
You can't teach brand new tricks to (An old dog)
I still make a living stitching line like (Core dory)
(Ground and solo)
Manje mabefika bethi mpinchi
Besikubuka ungen' uphuma sani ushona (Lenale)
Laba ababephika bayajika ubezwa bethi ntwana yam hayuyinja (Wemame)

Hello uthi engabe usambona
Ngikhumbula uthi ngeke ngibe lutho mama
Hello uthi engabe usambona
Khumbula uthi ngeke ngibe lutho mama

Thatha osemnyango limbeke emsamo
Thatha osemsamo limbeke emnyango
Thatha osemnyango limbeke emsamo
Thatha osemsamo limbeke emnyango
(Hello)

Músicas más populares de Sjava

Otros artistas de African hip hop