Eweni

JABULANI SIHLE MAKHUBO, VUYO MNYIKE

Ukuk'thandwa kwam ngathi kuzongholela ek'feni
Ang'saboni noma kwonakala ngwela eweni
Bathi ukuk'thanda kwam ngathi kuzongholela ek'feni
Ang'saboni noma kwonakala ngwela eweni
Ngisho abafowethu
Mabengbonisa ngawe
Ang'bambeki, Ang'khuzeki
Ngisho ekhaya mabengbonisa ngawe ang'bambeki

Nangiklobolela inhloso yodwa
Nganthanda ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze kube

Nangiklobolela inhloso yodwa
Ngachazwa ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze kube kanje

Nangiklobolela inhloso yodwa
Ngangichazwa ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike nje
Namhlanje ungumkam
Umkami
Ngangingazitsheli ukuthi kuyoze kufike leskhathi

Ngangik'lobolela inhloso yodwa

Ukuk'thanda kwam ngathi kuzongholela ek'feni
Ang'saboni noma kwonakala ngwela eweni
Bathi ukuk'thanda kwam ngathi kuzongholela ek'feni
Ang'saboni noma kwonakala ngwela eweni
Ngisho abafowethu
Mabengbonisa ngawe
Ang'bambeki, Ang'khuzeki
Ngisho ekhaya mabengbonisa ngawe
Ang'bambeki

Ang'kafuni ukuzwa lutho
Beng'nga'funga ukufa komntu
Ngang'ngak qhuba ukusuka kothul'
Ngiyafunga ngiyagomela
Makakuhluphe umuntu kulokhu
Lalingaphuma ukhuni kumuntu
Mayengacuphu uchuku umuntu
Wami engimthandayo oh yeah
Yena ulubambo

Ukuk'thanda kwam ngathi kuzongholela ek'feni
Ang'saboni noma kwonakala ngwela eweni
Bathi ukuk'thanda kwam ngathi kuzongholela ek'feni
Ang'saboni noma kwonakala ngwela eweni
Ngisho abafowethu
Mabengbonisa ngawe
Ang'bambeki, Ang'khuzeki
Ngisho ekhaya mabengbonisa ngawe ang'bambeki

Curiosidades sobre la música Eweni del Sjava

¿Cuándo fue lanzada la canción “Eweni” por Sjava?
La canción Eweni fue lanzada en 2018, en el álbum “Umqhele”.
¿Quién compuso la canción “Eweni” de Sjava?
La canción “Eweni” de Sjava fue compuesta por JABULANI SIHLE MAKHUBO, VUYO MNYIKE.

Músicas más populares de Sjava

Otros artistas de African hip hop