Izitha Zami

Ziboshiw'inhliziyo zezitha zami
Ziboshiw'inhliziyo zabangizondayo
Ziboshiw'inhliziyo zezitha zami
Ziboshiw'inhliziyo zabangizondayo

Weh ingilosi yami ibambile uma ngilele mina
Ngithi ingilosi yami ibambile uma ngilele mina
Ngithi ziphakathi emaketangweni

Abazonda mina bayohol'umlilo eZulwini
Basebenzel'usathane
Ngithi abazonda mina bayohol'umlilo eZulwini
Basebenzel'usathane

Ake niqaqe lomanqin'enyathi
Eniwabophe ngami lapho
Nivuke kulolongendle enilele kuyo ngami

Ake niqaqe lomanqin'enyathi
Eniwabophe ngami lapho
Nivuke kulolongendle enilele kuyo ngami
Nitshel'umhlaba ukuthi ngadla likabani na mina?

Ake niqaqe lomanqin'enyathi
Eniwabophe ngami lapho
Nivuke kulolongendle enilele kuyo ngami

Ziboshiw'inhliziyo zezitha zami
Ziboshiw'inhliziyo zabangizondayo
Ziboshiw'inhliziyo zezitha zami
Ziboshiw'inhliziyo zabangizondayo

Weh ingilosi yami ibabambile bengilalele ngendle
Ngithi ingilosi yami ibabambile bengilalele ngendle

Abazonda mina bayohol'umlilo eZulwini
Ngangidle elikabani na madoda?
Abazonda mina bayohol'umlilo eZulwini
Basebenzel'usathane
Basebenzel'usathane

Ake niqaqe lomanqin'enyathi
Eniwabophe ngami lapho
Nivuke kulolongendle enilele kuyo ngami

Ake niqaqe lomanqin'enyathi
Eniwabophe ngami lapho
Nivuke kulolongendle enilele kuyo ngami

Músicas más populares de Bhekumuzi Luthuli

Otros artistas de African music