Liyaduma

Hey izulu liyaduma
Bengifun'ukumbon'umsheli wami
Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga

Izulu liyaduma
Bengifun'ukumbon'umsheli wami
Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga

Weh kuf'awunamahloni
Wamthath'uMgqumeni wajubalala
Esemncane kangaka

Weh kuf'awunamahloni
Wamthath'uMgqumeni wajubalala
Esemncane kangaka

Mhlamb'ezulwini sohlangana
Soqhubeka la esagcina khona
Uma sihlangan'emazulwini

Mhlamb'ezulwini sohlangana
Soqhubeka la esagcina khona
Uma sihlangan'emazulwini

Mkhululen'ahambe aye ekhaya
Kumehlul'ukufa
Mkhululen'ahambe aye ekhaya

Mkhululen'ahambe aye ekhaya
Zimehlul'izitha
Mkhululen'ahambe aye eZulwini

Salani senisul'izinyembezi
Balandeli bakhe
Salani senisul'izinyembezi udlulile

Salani senisul'izinyembezi
Balandeli bakhe
Salani senisul'izinyembezi udlulile

Salani senisul'izinyembezi
Balandeli bakhe
Salani senisul'izinyembezi udlulile

Wena uthi ngilale, ngilale oh ngilale
Wena uthi ngilale njani ngilale ngingambonanga (Akazange asambona)

Wena uthi ngilale, ngilale oh ngilale (Akasoz'aphinde ambone)
Wena uthi ngilale njani ngilale ngingambonga (Akazang'asambona)

Weh kuf'awunamahloni (Oh ngilale, ngilale)
Ngiyakuzonda kufa (Angeke ngilale)
Kufa waqed'insizwa (Wena uthi ngilale njani ngilale ngingambonanga)

Ngeke ngilale, angeke ngilale
Wena uthi ngilale kanjani ngilale ngingambonanga

Wena uthi ngilale, ngilale ngingambonanga umkami
Wena uthi ngilale kanjani ngilale ngingambonanga

Hey izulu liyaduma
Ngifun'ukuyombon'umsheli wami
Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga

Izulu liyaduma
Bengifis'ukumbon'umsheli wami
Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga

Curiosidades sobre la música Liyaduma del Bhekumuzi Luthuli

¿Cuándo fue lanzada la canción “Liyaduma” por Bhekumuzi Luthuli?
La canción Liyaduma fue lanzada en 2010, en el álbum “Imali Yabelungu”.

Músicas más populares de Bhekumuzi Luthuli

Otros artistas de African music