Babukisa Ngami
Wabukisa ngami kwelakithi kufa ngenzeni na?

Weh kufa ngenzeni waze wangenz'undab'izekwayo
Weh kufa ngenzeni waze wangenz'undab'izekwayo ezweni
Yonke leminyaka ngikhalel'izihlobo zami
Yonke leminyaka ngikhalel'izihlobo zami
Usubathathe bonke uma sewuthathe lona
Usubathathe bonke uma sewuthathe lona
Uma usuthathe lona usubathathe bonke

Ngibuzwe bonk'ubuhlungu emhlabeni
Ngibuzwe bonk'ubuhlungu emhlabeni
Ekugcineni ngikhulis'iyintandane (Baba ngiyavuma)

Ngibuzwe bonk'ubuhlungu emhlabeni (Nganganeli)

Ngibuzwe bonk'ubuhlungu emhlabeni (Ngangoneli)