Emsakazweni

Ngeliny'ilanga
Emsakazweni
Emsakazweni

Bathi kumnyama kakhulu masekuzosa
Masekuhlwa ngibon'amehlo ami enqindeka
Masekunje kusuke kumel'uhlal'ubekezele
Ngosabela
Mebebiza elam'igama

Bathi kumnyama kakhulu masekuzosa
Masekuhlwa ngibon'amehlo ami enqindeka
Ngosabela

Ngeliny'ilanga
Igama lami niyolizwa emsakazweni
Emsakazweni

Ngeliny'ilanga
Igama lami niyolizwa emsakazweni
Hayi emsakazweni

Ngeliny'ilanga
Igama lami niyolizwa emsakazweni
Emsakazweni

Ngeliny'ilanga
Igama lami niyolizwa emsakazweni
Hayi emsakazweni

Sivuka ngomkhulek'ekuseni
Ngoba siyamaz'osiph'amandla
Sivuka sibong'oluny'usuku
Nom'izinto zingakahlangani

Nami
Ngifis'ukulibona
Ngifis'ukulibona iKhenana

Oh nami
Ngifis'ukubona
Abazali bami
Beziqhenya ngami

Ngeliny'ilanga
Igama lami niyolizwa emsakazweni (Emsakazweni)
Emsakazweni (Emsakazweni)

Ngeliny'ilanga (Ngeliny'ilanga)
Igama lami niyolizwa emsakazweni
Hayi emsakazweni

Ngeliny'ilanga (Ngeliny'ilanga)
Igama lami niyolizwa emsakazweni (Bayolibiza)
Emsakazweni (Oh bayolibiza)

Ngeliny'ilanga (Elam'igama)
Igama lami niyolizwa emsakazweni
Hayi emsakazweni

Ngeliny'ilanga
Ngeliny'ilanga

Ngeliny'ilanga
Emsakazweni (Emsakazweni)
Emsakazweni

Músicas más populares de Zano

Otros artistas de Electro pop