Ujesu Unobubele Nam' [Live]

Jesu unobubele nami
Unobubele nami (uJesu unobubele nam)
uJesu unobubele nami (uJesu unobubele nam)

uJesu unobubele nami, ngimbonile empilweni yami (uJesu unobubele nam)
uJesu unobubele nami, ngimbonile (uJesu unobubele nam)
uJesu unobubele nami, izibusiso (uJesu unobubele nam)
Ngith'uJesu unobubele nami (uJesu unobubele nam)

Heyi ungithatha lapha mina (Ungithatha la)
Hayi angibeke (Angibeke le)
Yen'unobubele nami (uJesu unobubele nam)

Yebo ungithatha lana (Ungithatha la)
Udek'itafula phambi kwezitha zami (Angibeke le)
Ngidle zingibhekile (uJesu unobubele nam)

Ungithatha lana, angisuse (Ungithatha la)
Angibeke endaweni ephakeme mina (Angibeke le)
(uJesu unobubele nam)

Ungithatha lana (Ungithatha la)
Ngingena mali, ngingena lutho (Angibeke le)
Angibeke lena (uJesu unobubele nam)

Yebo ungithatha lana (Ungithatha la)
Phambi kwezitha zami (Angibeke le)
Zona zimangale, zimangale (uJesu unobubele nam)

Ungithatha lana (Ungithatha la)
Hayi angibeke (Angibeke le)
Hayi angibeke lena, unobubele nam (uJesu unobubele nam)

Yebo ungithatha angibeke, angisuse (Ungithatha la)
Angibek'endaweni (Angibeke le)
Indawo ephakeme (uJesu unobubele nam)

Músicas más populares de Worship House

Otros artistas de Religious