Umzala
Umzala wami ungibhalel'incwadi
Uthi ngifik'ekhaya
(NgoMsombuluko)
Umzala wami
Weh mzala wami
Weh mzala wami
NgoMsombuluko
Umzala wami ungibhalel'incwadi
Uthi ngifik'ekhaya
(NgoMsombuluko)
Umzala wami
Weh mzala wami
Weh mzala wami
Bayangibiz'ekhaya mina
Bathi ngisheshe ngifike
Bayangibiz'ekhaya mina
Bathi ngisheshe ngifike
Ngithe ngiyazibuza ukuthi
Ngabe kwenze njani na?
Angitholisisi kahle
Mayeni ma
Kutheni ma
Mayeni ma
Kutheni ma
Eh bathi shona khona hmm
Hamba mntwan'abantu
Eh bathi shona khona hmm
Hamba mntwan'abantu
Umzala wami ungibhalel'incwadi
Uthi ngifik'ekhaya
(NgoMsombuluko)
Umzala wami
Weh mzala wami
Weh mzala wami
(NgoMsombuluko)
(NgoMsombuluko)
(NgoMsombuluko)
(NgoMsombuluko)