Bambelela

Nontokozo latoya Buthelezi

Qhubeka qaqeka
hliziyo inkenketha
Khaya behlasela
Maphupho sibeletha
Zitha zibasela
Mnyango bengvalela
Ngashiya ngadedela
Ngahamba ngadela
Sana sizophepha
Soze ngabaleka
Sonqoba qhubeka
O langa libalele
Sizo bamabela
Skakha itempela
Zinto zinqondene
Soze basiqeda

(Babe ngaphi)

Ngane ngane ngane
Bamba aw Bambelela!!
Qhubeka noma
Indle la igcwele ameva
Thina size kulo mhlaba
Siya Gasela
Sizo qaqa amakentanga
Aw gabadela
Vula amehlo get down
Dala dala ngena
Aw yakha impilo entsha
Thuthuka magen am

(babe ngaphi)

Qhubeka qaqeka
hliziyo inkenketha
Khaya behlasela
Maphupho sibeletha
Zitha zibasela
Mnyango bengvalela
NgaShiya ngadedela
Ngahamba ngadela
Sana sizophepha
Soze ngabaleka
Sonqoba qhubeka
O langa libalele
Sizo Bamabela
Sakha itempela
Zinto zinqondene
Soze basiqede

(Phi?)

Mama mama
Ba mba awu bambelela
Gquma ku vela amavaka
Qhikizela
Wakhiwa waba inqaba
Noma themba
uGudlula ama dwala
A- vimbindlela
Thina sihlab igeja
Asazi laba benzani
Dudula omagxekani
Thatha amandla ngwenya
Behloma bezingela
Bekhohlis isizwe Sam
Sonini sus isela
Aygube Siyangena

(Babe ngaphi)

Músicas más populares de Toya Delazy

Otros artistas de Contemporary R&B