Mountain

Nom'ungahamba uzobuya
Sithandwa sam
Nom'ungahamba uzobuya
Sithandwa sam

Ngamthanda ngiqal'ukumbon'ulovey
Ngavele ngachazeka
Ngacel'ukukunik'uthando lwami

Sasi happy
Befun'ukukufana nathi
Kodwa manje ungishiyile

Wena wathembisa Dali
Wath'angeke ungishiye
Ungibukisa nomakhelwane
Ujabulis'izitha zami
Oh uzobuya

Nom'ungahamba
Uzobuya (Uzobuya)
Sithandwa sam

Nom'ungahamba (Nom'ungahamba)
Nom'ungahamba (Uzobuya)
Sithandwa sam

Cha bo bo, cha bo bo, cha bo bo
Cha bo bo angiyivumi lendaba
Wobuya themba lami
Wahamb'elikanuka ijuba

Cha bo bo, cha bo bo, cha bo bo
Cha bo bo angiyivumi lendaba
Wobuya themba lami (Buya)
Wahamb'elikaNuka ijuba (Buya)

Izinto azihambanga kahle
Eminyakeni edlulile
Kodwa noma kunjalo sithandwa sam
Wen'ungikhethile (Hlala nami)
Wahlala nami (Hlala nami)
Wahlala nami (Hlala nami)

(Nom'ungahamba)
Uzobuya (Uzobuya)
Sithandwa sam (Sithandwa sami)

(Nom'ungahamba)
Uzobuya (Uzobuya)
(Sithandwa sami)

Nom'ungahamba (Nom'ungahamba)
Uzobuya sithandwa sami (Uzobuya)
Sithandwa sam (Sithandwa sami)

Nom'ungahamba (Nom'ungahamba)
Uzobuya (Uzobuya)
Sithandwa sam (Sithandwa sami)
(Sithandwa sami)
(Sithandwa sami, sithandwa sami)

Músicas más populares de The Joy

Otros artistas de Gospel