Umhlolo
Ingabe ungibonisani na?
Wena ngane yami aw Imihlolo
Ingabe ungibonisani na?
Wena mntanami aw imihlolo
Usuyakwaz'ukungethuka phakathi, oh kwabantu
Usuyakwaz'ukungethuka phakathi, oh kwabantu
Ingabe ungibonisani na?
Wena ngane yami aw mihlolo
Ingabe ungibonisani na?
Wena mntanami aw imihlolo
Usuyakwaz'ukungethuka phakathi, oh kwabantu
Usuyakwaz'ukungethuka phakathi, oh kwabantu
Ngigijima nawe ezinkalweni ngikwefunel'ukudla
Ngehla ngenyuka ezinkalweni, ngikwefunel'ukudla
Ngiwa ngivuka ezinkalweni ngikwefunel'ukudla
Namhlanj'ungibonis'umhlolo
Usuyakwaz'ungethuka phakathi kwabantu
Namhlanj'ungibonis'umhlolo
Usuyakwaz'ungethuka phakathi kwabantu
Aw ayeye ungibonis'umhlolo
Aw ayeye ungibonis'umhlolo
Ingaba ungibonisani na?
Wena ngane yami awu imihlolo
Usuyakwaz'ukungethuka phakathi oh kwabantu
Ngiwa ngivuka ezinkalweni ngikufunel'ukudla
Ngiwa ngivuka ezinkalweni ngikwefunel'ukudla