Mama Wengane Zami
Yini, yini, yini ngawe
Mama wezingane zami
Kodwa yini, yini, yini ngawe
Mama wezingane zami
Awubon'ukuthi lent'oyenza kimi
Isiphoxisa ngabantu
Kodw'awubon'ukuthi lent'oyenza kimi
Isiphoxisa ngabantu
Uhamba ekuseni
Ubuy'ebusuku
Ushiy'izingane zakho zingadlile
Uhamba ekuseni
Ubuy'ebusuku
Ushiy'izingane zakho zingadlile
Uthi zizophekelwa ngubani izingane zakho
Ngoba ngisuke ngivel'emsebenzini
Uthi zizophekelwa ngubani izingane zakho
Ngoba ngisuke ngivel'emsebenzini
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Yini, yini, yini mama
Wezingane zami
Awubon'ukuthi lent'oyenza kimi
Isiphoxisa ngabantu
Uthi zizophekelwa ngubani izingane zakho
Ngoba ngisuke ngivel'emsebenzini
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani
Zikhohliw'ukuthi ungumama wazo
Azisakwaz'izingane
Ukuthi ungubani