Wela

Imiful'igcwele
Angisakwaz'ukuzibamba

Woza suku lokubamb'isithandwa sami
Sondela
Usuku lokuthokoza
Angisakwaz'ukulinda hey hey hey
Angisakwaz'ukuzibamba
We madoda ngawela

(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela)
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela)
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela)
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela)

Woza
Suku lokubamb'isithandwa sami
Sondela
Usuku lokukhululeka
Angisakwaz'ukulinda
Angisakwaz'ukuzibamba

(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Imiful'igcwele
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Izintaba zangakithi mama
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Imiful'igcwele
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela)

Woza suku olwenjabulo
Woza suku olwentokozo

(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Imiful'igcwele
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Sengizogcwal'izintaba zangakithi
(Awu we madod'eeeeeeh) We madoda we madoda
(Ngizowela) Imiful'igcwele
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela)

(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Imiful'igcwele
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Sengizogcwal'izintaba zangakithi
(Awu we madod'eeeeeeh) We madoda we madoda
(Ngizowela) Imiful'igcwele
(Awu we madod'eeeeeeh ngizowela) Angisakwaz'ukuzibamba

Sekuyisikhath'eside ngingambon'u-My lovey yo
Yeah
Imiful'igcwele

Curiosidades sobre la música Wela del Steve Kekana

¿Cuándo fue lanzada la canción “Wela” por Steve Kekana?
La canción Wela fue lanzada en 2018, en el álbum “Ubuntu”.

Músicas más populares de Steve Kekana

Otros artistas de Soft rock