Uthando Lwaphakade

Insuku zonke ezadlulayo
Nobubi ezazibuthwele
Zihambe zonke zayokuwela
Olwandlwe lwasentshonalanga
Neminyaka leya yezinyembezi
Ipheduke yaba injabulo

Ngokuthola wena
Ngithole konk'emhlabeni
Ngokuthola wena s'thandwa sam'
Nami ngizoke ngiphile njengomuntu

Uleth'uthando nokuthula
Nenjabulo emphefumulweni wami
Uleth'uthando nokuthula
Loluthando luzoba ngolwaphakade

Izinsuku zonke ezadlulayo
Nobubi ezazibuthwele
Zihambe zonke zayokuwela
Olwandlwe lwasentshonalanga
Neminyaka leya yezinyembezi
Ipheduke yaba injabulo

Uleth'uthando nokuthula
Nenjabulo emphefumulweni wami
Uleth'uthando nokuthula
Loluthando luzoba ngolwaphakade

Uleth'uthando nokuthula
Nenjabulo emphefumulweni wami
Uleth'uthando nokuthula
Loluthando luzoba ngolwaphakade

Uleth'uthando nokuthula
Nenjabulo emphefumulweni wami
Uleth'uthando nokuthula

Curiosidades sobre la música Uthando Lwaphakade del Steve Kekana

¿Cuándo fue lanzada la canción “Uthando Lwaphakade” por Steve Kekana?
La canción Uthando Lwaphakade fue lanzada en 1982, en el álbum “Ifuque Mntanami”.

Músicas más populares de Steve Kekana

Otros artistas de Soft rock