Sthembile
Ngicel'uhlale phansi Sthembile
Ngifun'uk'bonisana nawe sthandwa sami
Awungitshele ngaloSmangele
Yingane yakini noma ingeyakho
Njalo ukubiza ngomama
Yonke into uyicela kuwena
Awungitshele lengan'ingeyakho na
Njalo ukubiza ngomama
Yonke into uyicela kuwena
Awungitshele lengan'ingeyakho na
Ngitshele Sthembile ngitshele
Uma lengane ingeyakho akuhluphi
Nami ngizoy'thatha njengengane yami
Ngitshele Sthembile ngitshele
Uma lengane ingeyakho akuhluphi
Nami ngizoy'thatha njengengane yami
Ngitshele Sthembile ngitshele
Uma lengane ingeyakho akuhluphi
Nami ngizoy'thatha njengengane yami
Ngicel'uhlale phansi Sthembile
Ngifun'uk'bonisana nawe sthandwa sami
Awungitshele ngaloSmangele
Yingane yakini noma ingeyakho
Njalo ukubiza ngomama
Yonke into uyicela kuwena
Awungitshele lengan'ingeyakho na
Njalo ukubiza ngomama
Yonke into uyicela kuwena
Awungitshele lengan'ingeyakho na
Ngitshele Sthembile ngitshele
Uma lengane ingeyakho akuhluphi
Nami ngizoy'thatha njengengane yami
Ngitshele Sthembile ngitshele
Uma lengane ingeyakho akuhluphi