Mazibuyela Emuva

UZodwa lona mam'umonelani na
UZodwa lona mam'umoshelani na
Ngoba njal'umexabana nomkhwenyana wakhe
Ubuya la ekhaya
Ingoba eyaz'ukuthi uzomumela

UZodwa lona mam'umonelani na
UZodwa lona mam'umoshelani na
Ngoba njal'umexabana nomkhwenyana wakhe
Ubuya la ekhaya
Ingoba eyaz'ukuthi uzomumela

Kodwa nalokhu okwenz'abuye la ekhaya
Akuzwakali neze
Ukhala ngokuthi indoda yakhe
Ibuy'ebusuku sekulelwe

Nalokhu okwenz'abuye la ekhaya
Akuzwakali neze
Ukhala ngokuthi indoda yakhe
Ibuy'ebusuku sekulelwe

Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya
Phindisel'izinkomo
Mazibuyel'emuva
Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya
Phindisel'izinkomo
Mazibuyel'emuva

UZodwa lona mam'umonelani na
UZodwa lona mam'umoshelani na
Ngoba njal'umexabana nomkhwenyana wakhe
Ubuya la ekhaya
Ingoba eyaz'ukuthi uzomumela

Kodwa nalokhu okwenz'abuye la ekhaya
Akuzwakali neze
Ukhala ngokuthi indoda yakhe
Ibuy'ebusuku sekulelwe

Nalokhu okwenz'abuye la ekhaya
Akuzwakali neze
Ukhala ngokuthi indoda yakhe
Ibuy'ebusuku sekulelwe

Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya
Phindisel'izinkomo
Mazibuyel'emuva
Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya
Phindisel'izinkomo
Mazibuyel'emuva

Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya
Phindisel'izinkomo

Músicas más populares de Steve Kekana

Otros artistas de Soft rock