Londiwe

Ngab'ungenwe yini we Londiwe
Uyangixaka manje kulezinsuku
Angisakutholi kahle

Selokhu ngavum'ukuthi uyosebenza
Uyangixaka sengath'unemikhuba
Angisakutholi kahle

Awufiki ekhaya ngisikhath'okufanel'ufike ngaso
Uma manje mina sengithand'ukwazi
Uthi bowusebenz'isikhath'esid'emsembenzi
Noma ushiwe yibhasi

Izolo ngibuya la usebenza khona
Ngathol'ukuthi sekuvaliwe
Ngahamba ngayokubheka emabhasini ngakuthol'ungekho
Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili

Curiosidades sobre la música Londiwe del Steve Kekana

¿Cuándo fue lanzada la canción “Londiwe” por Steve Kekana?
La canción Londiwe fue lanzada en 1981, en el álbum “Usiko Lwabe Suthu”.

Músicas más populares de Steve Kekana

Otros artistas de Soft rock