Emazwen

NKAZIMULO NGEMA, NOLWAZI NZAMA, ZWAKELE SIBONELO MDLETSHE

Ngiyemazweni ngifuna lemali
Ingani ekhaya zisele nogogo
Ngiyofun’ imali ngiyofun’ impilo
Ngiyofun’ imali ngiyofun’ impilo

Nana thula umama uzobuya uyofun’ imali
Nana thula umama uzobuya uyofun’ imali

Ndile mazweni ngifuna lemali
Ingani ekhaya zisele nogogo
Ngiyofun’ imali ngiyofun’ impilo
Ngiyofun’ imali ngiyofun’ impilo

Nana thula umama uzobuya uyofun’ imali
Nana thula umama uzobuya uyofun’ imali
Uyofun’ imali uyofun’ imali
Uyofun’ imali uyofun’ imali

(Mali mali) Ngifun’ imali encinci ngizophikelela ogogo we
(Mali mali) Ziyakhala intandane sobalekela umholo
(Mali mali) Ngifun’ imali encinci ngizophikelela ogogo we
(Mali mali) Ziyakhala intandane sobalekela umholo

Ngivuka ngokusa mina ngivuka intatha ngizama imali
Thatha konke noma kungabe kungakanani nana
Inkulu inkinga (Yebo sengdlule khona)
Noma kumnyama kodwa mina ngiyophumelela

Ngiyemazweni ngifuna lemali
Ingani ekhaya zisele noogo
Ngiyofun’ imali ngiyofun’ impilo
Ngiyofun’ imali ngiyofun’ impilo

Nana thula umama uzobuya uyofun’ imali
Nana thula umama uzobuya uyofun’ imali
Uyofun’ imali uyofun’ imali
Uyofun’ imali uyofun’ imali

Curiosidades sobre la música Emazwen del Skillz

¿Quién compuso la canción “Emazwen” de Skillz?
La canción “Emazwen” de Skillz fue compuesta por NKAZIMULO NGEMA, NOLWAZI NZAMA, ZWAKELE SIBONELO MDLETSHE.

Músicas más populares de Skillz

Otros artistas de Hip Hop/Rap