Nguwe lo

Baby nguwe lo
Bengifun'uhlal'ungowami
Baby nguwe lo nguwe lo
Bengifun'uhlal'ungowam

Ngifisa ukuvuka nawe
Zonk' intsuku zokuphila kwami
Ngifisa ukuvuka nawe
Zonk' intsuku zokuphila kwami

Uthi uyazi nje he
Indlel' engikuthanda ngayo ho
Ubusuku nemini ngicabanga ngawe
Uthi uyazi nje
Ndiyazifela ngawe

Baby nguwe lo
Bengifun'uhlal'ungowami
Baby nguwe lo nguwe lo
Bengifun'uhlal'ungowami

Ngifisa ukuvuka nawe
Zonk' intsuku zokuphila kwami
Ngifisa ukuvuka nawe
Zonk' intsuku zokuphila kwami

Baby nguwe lona owathi kimi uyangithanda
Beyisithembiso sami uthando lwakho ho
Ngazitshel' ukuthi nami ngizofa nawe
Manje uyazi nje
Ngiyazifela ngawe baby he

Baby nguwe lo (nguwe lo baby)
Bengifun' uhlal' ungowami (funa uhlale nami sthandwa sami)
Baby nguwe lo nguwe lo
Bengifun' uhlal' ungowami( ngifuna uhlale ugowami)

Ngifisa ukuvuka nawe (ukuvuka nawe sthandwa sam)
Zonk' intsuku zokuphila kwami (ndibenawe zonke intsuku zokuphila wam)
Ngifisa ukuvuka nawe
Zonk' intsuku zokuphila kwami(he baby oh sthandwa sami)

Baby nguwe lo( nguwe nguwe baby)
Bengifun' uhlal' ungowami ( oh dali wam sthandwa sam baby)
Baby nguwe lo nguwe lo (nguwe nguwe)
Bengifun' uhlal' ungowami

Ngifisa ukuvuka nawe (ukuvuka nawe ekuseni)
Zonk' insuku zokuphila kwami (vuka nawe njalo mangivuka kuseni)
Ngifisa ukuvuka nawe ( oh sthandwa sam dali wami)
Zonk' insuku zokuphila kwami

Músicas más populares de Robbie Malinga

Otros artistas de Afrobeats