Zulu Worship / Ngihlanze, Kuwe Baba (Live)
Mabala onke Nkosi yam
Awungcolis'umoya wam
Ngihlanze kuwo namhlanje
Ungenze ngikufuze nje
Ngihlanze emoyeni wam
Mangibethel'uqobo lwam
Senginikela konk'okwam
Kuwe, Kuwe, Kuwe
Kuwe Baba ngibek'ithemba lam
Kuwe Baba ngibek'ithemba lam
Kuwe Baba ngibek'ithemba lam
Kuwe (Kuwe Baba ngibek'ithemba lam)
Kuwe Baba ngibek'ithemba lam
Kuwe Baba ngibek'ithemba lam
Kuwe Baba (Kuwe Baba)
Ngibek'ithemba lami (Ngibek'ithemba lam)
Kuwe (Kuwe Baba)
Ngibek'ithemba lami (Ngibek'ithemba lam)
Kuwe (Kuwe Baba)
Ngibek'ithemba lami (Ngibek'ithemba lam)
Thula wazi, thula (Thula wazi)
Nginguthixo (Nginguthixo)
Thula wazi (Thula wazi)
Nginguthixo (Nginguthixo)
Thula wazi (Thula wazi)
Nginguthixo (Nginguthixo)