Ivila Laselaweni

DUMISANI SFANELE ZULU

Emini umkami uyagula
Ebusuku uvuka abemusha
Weh khehlelezi ngilekelele
Ngabe uyagula ngempela yini umkami

Emini umkami uyagula
Ebusuku uvuka abemusha
Weh khehlelezi ngilekelele
Ngabe uyagula ngempela yini umkami

Emini umkami uyagula
Ebusuku uvuka abemusha
Weh mzimba okhala imali cela unginikeze ikhubalo lakho

Emini umkami uyagula
Ebusuku uvuka abemusha
Weh mzimba okhala imali cela unginikeze ikhubalo lakho

Emini umkami uyagula
Ebusuku uvuka abemusha
Weh khehlelezi ngilekelele
Ngabe uyagula ngempela yini umkami

Alikho ivila
Alikho ivila
Alikho laselawini alikho ivila
Alikho ivila
Alikho ivila
Alikho laselawini alikho ivila
Alikho ivila
Alikho ivila
Alikho laselawini alikho ivila

Asihambe siyemfuleni
Asihambe siyotheza
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini
Asihambe siyemfuleni (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asambe syotheza (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini
Asihambe siyemfuleni (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asambe syotheza (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini (Ngiyekeleni ngiyagula mina)

Ebusuku umkami uvuka abemusha
Weh khehlelezi ngilekelele
Ngabe uyagula ngempela yini umkami
Emini umkami uyagula (Alikho ivila)
Ebusuku uvuka abemusha (Alikho ivila)
Weh mzimba okhala imali cela unginikeze ikhubalo lakho (Alikho ivila)

Alikho ivila
Alikho ivila
Alikho ivila
Alikho laselawini alikho ivila
Alikho ivila
Alikho ivila
Alikho laselawini alikho ivila

Asihambe siyemfuleni
Asihambe siyotheza
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini
Asihambe siyemfuleni (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asambe syotheza (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini
Asihambe siyemfuleni (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asambe syotheza (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asihambe siyemfuleni (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asambe syotheza (Ngiyekeleni ngiyagula mina)
Asihambe siyelawini
Watotobela ngakhona umkami elawini (Ngiyekeleni ngiyagula

Músicas más populares de Mzukulu

Otros artistas de African music