Etilongweni
Yankulu lendaba
Buka lamazw'aphuma lezinyembezi
Nginixoxel'ukuba ngicela ningincede
Yankulu lendaba
Buka lamazw'aphuma lezinyembezi
Nginixoxel'ukuba ngicela ningincede
Ubaba wami uyadons'etilongweni
Udons'iminyaka ngelokudlengulw'uma
Akukholwakal'ukuba ngikhona ngenxa yomdlwenguli
Ubaba wami uyadons'etilongweni
Udons'iminyaka ngelokudlengulw'uma
Akukholwakal'ukuba ngikhona ngenxa yomdlwenguli ongubaba
Impilo yami inzima
Ngizoyamukela kanjani lempilo
Ubaba wami yena ngizomuxolela kanjani
Umama wami yena
Ngizomuvikela kanjani uma engibon'ukhumbul'isimo esamehlela
Yelele mama yelele baba
Ngakhala kwangasabela muntu
Umangabe ngonile ngangoneni ngingakaw'boni lomhlaba
Ubaba wami uyadons'etilongweni
Udons'iminyaka ngelokudlengulw'uma
Akukholwakal'ukuba ngikhona ngenxa yomdlwenguli
Ubaba wami uyadons'etilongweni
Udons'iminyaka ngelokudlengulw'uma
Akukholwakal'ukuba ngikhona ngenxa yomdlwenguli ongubaba
Thula thula mama
Thula thula mama
Konk'okwenzekile kuyefana nokudaliwe
Konk'okwenzekile kuyefana nokudaliwe
Ngizoyamukela kanjani lempilo mina