Uthuli Lwezichwe

Uyeyeni mama
Hoo uyeyeni ma
Uyeyeni

(Kwasuka uthuli lezichwe) Kwasuka uthuli lezichwe
Ubhememe
(Umlilo kazokhele) Ubhememe umlilo kazokhele

Kwaduma iziginci
Kwakhala amacilongo
(Awu kwaze kwakuhle) Ekhaya

(Kwasuka uthuli lezichwe) Kwasuka uthuli lezichwe
Ubhememe
(Umlilo kazokhele) Ubhememe umlilo kazokhele

Hhmm Kwaduma iziginci
Kwakhala amacilongo
(Awu kwaze kwakuhle) Ekhaya

Kwadans'ikhehla kwawa isicoco phansi
Aw we baba yeyeni

Kwakikizela isalukazi
Kwawa isidwaba phansi

Yagiya lensizwa madoda
Kwawa isine phansi
We baba yeyeni

Kwagqashiya itshitshi
Kwawa isigege phansi
We baba yeyeni

Uyeyeni ma
Uyeyeni mama
Uyeyeni mama
Uyeyeni ma
Qhu uyeyeni ma
Qhu uyeyeni ma

(Kwasuka uthuli lezichwe) Kwasuka uthuli lezichwe
Ubhememe
(Umlilo kazokhele) Ubhememe umlilo kazokhele

Kwaduma iziginci
Kwakhala amacilongo hhm hm
Awu kwaze kwakuhle ekhaya

(Kwasuka uthuli lezichwe) Kwasuka uthuli lezichwe
Ubhememe
(Umlilo kazokhele) Ubhememe umlilo kazokhele

Kwaduma iziginci
Kwakhala amacilongo
Awu kwaze kwakuhle (Ekhaya)

UKwathela wayeka
Wayeka

Izintombi nezinsizwa
Zemgqashiyo

UKwathela wayeka (Wayeka)
Wayeka

Izintombi nezinsizwa
Zemgqashiyo

UKwathela wayeka (Wayeka)

Curiosidades sobre la música Uthuli Lwezichwe del Mahotella Queens

¿Cuándo fue lanzada la canción “Uthuli Lwezichwe” por Mahotella Queens?
La canción Uthuli Lwezichwe fue lanzada en 1977, en el álbum “Izibani Zomgqashiyo”.

Músicas más populares de Mahotella Queens

Otros artistas de African music