Ifa Lenkosana
Webakithi ihlasele
(Impi la ekhaya) Ngabe imbangela yini na?
Webakithi ihlasele
(Emzini kababa) Ngoba yimi inkosana
Webakithi ihlasele
(Impi la ekhaya) Ngabe imbangela yini na?
Webakithi ihlasele
(Emzini kababa) Yeh heni ngoba yimi inkosana
Webakithi ihlasele
(Impi la ekhaya) Ngabe imbangela yini na?
Webakithi ihlasele
(Emzini kababa) Ngoba yimi inkosana la ekhaya
Kodwa ubaba mhla esishiyayo
Wathi ilifa
(Ngelenkosana) Kungcono ngoba niyakwazi lokho
Kodwa ubaba mhla esishiyayo
Wathi ilifa
(Ngelenkosana) Kungcono ngoba niyakwazi lokho
Kodwa ubaba mhla esishiyayo
Wathi ilifa
(Ngelenkosana) Pho nifunani ngoba niyakwazi lokho
Kodwa ubaba mhla esishiy'emhlabeni
Wathi ilifa
Ngelenkosana
Webakithi ngiyekeleni
Mina ngefa lami
Webakithi ngiyekeleni bo
Ho mina ngefa lami
Yeh yeni ifa lami leli engalishiyelwa ngubaba esaphila
Myekeleni myekeleni
(Ne lifa lakhe) Ngiyekeleni ingiyekeleni ngefa lami
Myekeleni myekeleni
(Nguye inkosana) Oh mina oh mina
Myekeleni myekeleni
(Nelifa lakhe) Ngiyekeleni ngiyekeleni ngikeleni ngefa lami
Myekeleni myekeleni
(Nguye inkosana) Oh mina
Kodwa ubaba mhla esishiyayo
Wathi ilifa
(Ngelenkosana) Kungcono ngoba niyakwazi lokho
Kodwa ubaba mhla esishiy'emhlabeni
Wathi ilifa
(Ngelenkosana) Pho nifunani ngoba niyakwazi lokho
Myekeleni myekeleni
(Nelifa lakhe) Ngiyekeleni ngiyekeleni ngefa lami
Myekeleni myekeleni
(Nguye inkosana) Oh mina oh mina