Nomacala

MILDRED MANGXOLA

Igama lakho nguNomacala
Igama lakho liyaxabanisa
Igama lakho nguNomacala
Igama lakho liyaxabanisa
Igama lakho nguNomacala
Igama lakho liyaxabanisa

Awuzenzanga
Wenziwa uNomacala
Maye mkam'uyazithanda indaba zabantu

Maye mkam awuzenzanga
Wenziwa uNomacala
Kodwa nawe mkam'uyazithanda indaba zabantu

Iyo, iyo
Iyo, iyo
Iyo, iyo
Iyo, iyo

Wangenza Nomacala
Wangixabanisa nesoka lami
Engilithandayo (Ngiyakwesaba Nomacala)

Wangenza Nomacala
Wangixabanisa nesoka lami
Engilithandayo (Ay Nomacal'uyasabeka)

Wangenza Nomacala
Wangixabanisa nesoka lami
Engilithandayo (Weh Nomacal'uyasabeka)

Iyo, iyo
Iyo, iyo (Ngiyakwesaba Nomacala)
Iyo, iyo (Weh Nomacal'uyasabeka)
Iyo, iyo (Ngiyakwesaba Nomacala)

Iyo, iyo (Maye Nomacal'uyasabeka)
Iyo, iyo

Músicas más populares de Mahlathini

Otros artistas de African music