Umona
Ungiphethe ngomona
Usemuva kwami unginakile
Sengibathe ngiyakuziba
Uyangilandela
Ungiphethe ngomona
Usemuva kwami unginakile
Sengibathe ngiyakuziba
Uyangilandela
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Weh mfokazi, weh mfozani
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Weh mfokazi, weh mfokazi
Zonda wena
Ngob'ungafuni nokubhek'impilo yakho
Sengibathe ngiyazizamela impilo yami
Ulokh'uhlukumezana nami
Ngiyeke mfokazi
Ngiyeke mfokazi
Zonda wena
Ngob'ungafuni nokubhek'impilo yakho
Sengibathe ngiyazizamela impilo yami
Ulokh'kuhlukumezana nami
Ngiyeke mfokazi
Ngiyeke mfokazi
Lokh'ofis'ukwenza kimi
Ngeke kuze kwenzeke
Ngingawa ngicoshwe yizinkukhu
Uyobamb'umntanakho ngesandla
Ngithi lokh'ofis'ukwenza kimi
Ngeke kuze kwenzeke
Ngingawa ngicoshwe yizinkukhu
Uyobamb'umntanakho ngesandla
Ngingawa ngicoshwe yizinkukhu
Uyobamb'ummntnakho ngesandla
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Mfokazi, aweh mfokazi
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Mfokazi, aweh mfokazi
Zonda, zonda wena
Ngob'ungafuni nokubhek'impilo yakho
Sengibathe ngiyazizamela impilo yami
Ulokh'uhlukumezana nami
Ngiyeke mfokazi
Ngiyeke mfokazi
Zonda, zonda wena
Ngob'ungafuni nokubhek'impilo yakho
Sengibathe ngiyazizamela impilo yami
Ulokh'kuhlukumezana nami
Ngiyeke mfokazi
Ngiyeke mfokazi
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Mfokazi, aweh mfokazi
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Aweh mfokazi, aweh mfokazi
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?
Uyangilandela kant'ufunani?