Qoloqolo

Mustbedubz
Welcome to the planet
Mina ngiphuma KwaQoloqolo (Qoloqolo)
Aw ngiwa ngivuka (Vuka)
Intaba zakithi zimuka (Zimuka)
Itaima lahamba nginyuka
Nginyuka ngeskorokoro (Skorokoro)
Kwandonga ziduma (Ziduma)
Amahor' ayisthupha (Ayisthupha)
Say’eSoweto
Say’eSoweto

Ilendoda emnyama engathen'
Ilendoda espan' inganel'
Maknes’god esncan' es’ngathemb'
Ilendoda ek'trap' ingadel'
Inesobh' el’bhay' elngaphel'
Inesobh' el'bhay' elngaphel'
Inomlom' omnand' ungabheji
Ine story es'blind es'ngapheli
Soyibamba ngako N3
Uphum' ekhay' epheth' umentshis'
Ulamthuth' kulabo plastic
Befik' eMontrose ubhlom' etransin' (Wemah!)

Usay’eSowеto
Usay’eSoweto
Umfan' usay’eSowеto
Usay’eSoweto

Mina ngiphuma KwaQoloqolo (Qoloqolo)
Aw ngiwa ngivuka (Vuka)
Intaba zakithi zimuka (Zimuka)
Itaima lahamba nginyuka
Nginyuka ngeskorokoro (Skorokoro)
Kwandonga ziduma (Ziduma)
Amahor' ayisthupha
Say’eSoweto
Say’eSoweto

NguMapholoba kithi (Kithi)
Nibong’biz' empini (Empini)
Indoda engakhwel' emthini (Emthini)
Idilika ngogqi emntwini
Ngakhulel' entsimin' (Ntsimin')
Ngigwedla from ek'seni to emini (Emini)
Ngakhula ngayotheng' owam' umshini (Umshini)
Abazali bang’phile (Yebo)
K'sasa sek’sile, uhambo laseGoli lumile
Zohamba ng'zengfike
Ubab' ung’bhekil'

Usay’eSoweto
Usay’eSoweto
Umfan' usay’eSoweto
Usay’eSoweto

Mina ngiphuma KwaQoloqolo (Qoloqolo)
Ngiwa ngivuka (Vuka)
Intaba zakithi zimuka (Zimuka)
Itaima lahamba nginyuka
Nginyuka ngeskorokoro (Skorokoro)
Kwandonga ziduma (Ziduma)
Amahor' ayisthupha
Say’eSoweto
Say’eSoweto

Usay’eSoweto
Usay’eSoweto
Umfan' usay’eSoweto
Usay’eSoweto (Mina ngiphuma KwaQoloqolo )
Usay’eSoweto
Usay’eSoweto (Mina ngiphuma KwaQoloqolo )
Umfan' usay’eSoweto
Usay’eSoweto

Músicas más populares de Loki

Otros artistas de Asiatic music