Isidwaba Singu Fakazi

MILTON MBHAMBHO, CAIPHUS KATSE SEMENYA

Nguye lo ngimbambile
Othi ma ngingekho alale emzini wami bo
Othi wakungibona weh wadla phansi
Haya haya bo

Namhla ngimbambile (Mama kanti nguye lo)
Namhla ngimbambile (Mama kanti nguye lo)
Namhla ngimbambile (Mama no babe)
Kanti nguye lo (Kanti nguye lo)
Ochith'umuzi wami

Namhla ngimbambile (Mama kanti nguye lo)
Namhla ngimbambile (Mama kanti nguye lo)
Namhla ngimbambile (Mama no babe)
Kanti nguye lo (Kanti nguye lo)
Ochith'umuzi wami

Namhla ngisahamba Mamkhize
Ngisayobikel'umndeni wakubo
Nas'isidwaba namacici angufakazi
Ngiwapheth'esandleni

Namhla ngisahamba Mamkhize
Ngisayobikel'umndeni wakubo
Nas'isidwaba namacici kungufakazi
Hayi

Namhla ngisahamba Mamkhize
Ngisayobikela (Ngisayobikel'umndeni wakubo)
Nas'isidwaba namacici kungufakazi

Hayi kungufakazi (Nas'isidwaba namacici kungufakazi)
Ngempela kungufakazi (Nas'isidwaba namacici kungufakazi)
Hayi wele bo (Nas'isidwaba namacici)
Kungufakazi

Sambamba
Kusale isidwaba bo
Sambamba
Namacici bo

Sambamba (Sambamba, sambamba)
Sambamba bo (Kusal'isidwaba)
Sambamba mina nguye (Sambamba, sambamba)
(Namacici)

Sambamba (Sambamba, sambamba)
(Kusal'isidwaba)
(Sambamba, sambamba)
(Namacici)

Isimanga lesi (Sambamba, sambamba)
Salomfazi bo (Kusal'isidwaba)
Olal'emzini wami (Sambamba, sambamba)
Uma ngingekho mina (Namacici)

Isimanga lesi (Sambamba, sambamba)
Salomfazi bo (Kusal'isidwaba)
Olal'emzini wami bo (Sambamba, sambamba)
Uma ngingekho mina (Namacici)

Baba wezingane zami (Sambamba, sambamba)
Pho kwenze njani na (Kusal'isidwaba)
Lapho ukhona bo (Sambamba, sambamba)
Uma ngingekho mina (Namacici)

Weh sweety wami bo (Sambamba, sambamba)
Isimanga lesi (Kusal'isidwaba)
Somfazi bo (Sambamba, sambamba)
Iyeye (Namacici)

Nguye lona (Sambamba, sambamba)
Sithi nguye lona bo (Kusal'isidwaba)
Ulal'emzini wami bo (Sambamba, sambamba)
Uma ngingekho (Namacici)

Nguye lona (Sambamba, sambamba)
Sithi nguye lona bo (Kusal'isidwaba)
Ulal'emzini wami bo (Sambamba, sambamba)
Uma ngingekho mina bo (Namacici)

Mina ngizobuz'umazala (Sambamba, sambamba)
Kusal'isidwaba bo (Kusal'isidwaba)
Mina ngizobuz'umazala (Sambamba, sambamba)
Namacici bo (Namacici)

Mina ngizobuz'umazala (Sambamba, sambamba)
Kusal'isidwaba bo (Kusal'isidwaba)
Mina ngizobuz'umazala (Sambamba, sambamba)
Namacici bo (Namacici)

Curiosidades sobre la música Isidwaba Singu Fakazi del Letta Mbulu

¿En qué álbumes fue lanzada la canción “Isidwaba Singu Fakazi” por Letta Mbulu?
Letta Mbulu lanzó la canción en los álbumes “Not Yet Uhuru” en 1994 y “Greatest Hits” en 1999.
¿Quién compuso la canción “Isidwaba Singu Fakazi” de Letta Mbulu?
La canción “Isidwaba Singu Fakazi” de Letta Mbulu fue compuesta por MILTON MBHAMBHO, CAIPHUS KATSE SEMENYA.

Músicas más populares de Letta Mbulu

Otros artistas de African jazz