Nomathemba
Wangishiya ngingedw' uNomathemba
Lokho-ke (Lokho k'yangimangalisa)
Lokho-ke (Lokho k'yangimangalisa)
Mangi (Mangibon' intandane eyayihleli ngaphansi kom' thunzi)
Lokho-ke (Lokho k'yangimangalisa)
Ngay'buza (Ngay'buz' igama layo)
Ayiphendulanga (Ayiphendulanga)
Yabheka pansi, yaze yakhala izinyembezi (Izinyembezi)
Nomathemba
Nomathemba, wangishiya
Ng'sele ngingedwa, uNomathemba wam'
UNomathemba wam', wangishiya lan' (UseGholi, le)
Ng'sele ngingedwa, uNomathemba wam'
UseGholi uNomathemba
Akasabhali nencwadi encane
Buya Nomathemba (Ng'sem' Mnambithi, Nomathemba)
Buya Nomathemba
Buya Nomathemba
Buya Nomathemba (Awusabhali nom' incwadi encane)
Buya Nomathemba (Hamb' uz' eMnambithi, hayi, Nomathemba)
Buya Nomathemba
Buya Nomathemba (Kodwa yini, saxabana ngan'?)
Buya Nomathemba
Buya Nomathemba (Hamb' uz' eMnambithi, Nomathemba)
Awusabhali nencwadi encane
Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam'
Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba
Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam'
Wobuya Nomathemba, akasabhali nencwadi encane
Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam'
Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam'
Wobuya Nomathemba, akasabhali nencwadi encane
Uzobhala (Uzobhala)
Uzobhala (Hayi, wena, bo)
Uzobhala, Nomathemba, uzobhala (Hayi, Nomathemba)
Uzobhala (Uzobhala wena)
Uzobhala (Bhala wena)
Uzobhala, Nomathemba, uzobhala (Thina, wena dali)
Thina nawe
Thina nawe
Thina nawe, s'thandwa sami sodliwa zindunduma
Thina nawe
Thina nawe
Thina nawe, s'thandwa sami sodliwa zindunduma
Thina nawe
Thina nawe
Thina nawe, s'thandwa sami sodliwa zindunduma