Imbongi
Lalelani weh madoda
Imbongi yethu thina nguMakhiwe nguMah (Makhiwe nguMah)
Imbongi yethu thina ngumfo kaNkosi (Ngumfo kaNkosi)
Wasuk'eGoli wakhiph'amandla ebhubesini
Wafik'eThekwini wakhiph'amabala engwe
Wabuveza, wabuveza (Buveza wena)
Wabuveza ubuhlalu bemfundama
Wabuveza, wabuveza (Buveza wena)
Wabuveza ubuhlalu bemfundama
Mbongi yethu thina bafana
Imbongi yethu thina nguMakhiwe nguMah (Makhiwe nguMah)
Imbongi yethu thina ngumfo kaNkosi (Ngumfo kaNkosi)
Wasuk'eGoli wakhiph'amandla ebhubesini
Wafik'eThekwini wakhiph'amabala engwe
Wabuveza (Wabuveza)
Wabuveza (Wabuveza)
Wabuveza wena (Wabuveza ubuhlalu bemfundama)
Wabuveza (Wabuveza)
Wabuveza (Wabuveza)
Wabuveza wena (Wabuveza ubuhlalu bemfundama
Wayishay'ithelefoni
Wathi
Ngibatholil'abafana ngizofika nabo
Wayishay'ithelefoni
Wathi
Ngibatholil'abafana ngizofika nabo
Yithi esikhona lapha mfana (Yithi esikhona lapha)
Yithi (Yithi esikhona lapha)
Sikhona lapha (Yithi esikhona lapha)
Endlin'enkulu
Yithi esikhona lapha mfana (Yithi esikhona lapha)
Sikhona lapha (Yithi esikhona lapha)
Weh mfana (Yithi esikhona lapha)
Endlin'enkulu
Thul'ulalele (Awu thul'ulalele)
Hey weh mlaleli (Awu thul'ulalele)
Weh mlaleli (Thul'ulalele weh mlaleli)
Thul'ulalele
Thule bazobona (Awu thul'ulalele)
Weh mlaleli (Awu thul'ulalele)
Weh mlaleli (Thul'ulalele weh mngane)
Thul'ulalele
Ekhaya kuseMnambithi (Awu thul'ulalele)
Eh weh malaleli (Awu thul'ulalele)
Eh weh mlaleli (Thul'ulalele weh mngane)
Thul'ulalele
Hayi (Yeh)
Khanyisa Nkosi
Khanyisa Nkosi kwelakith'eMnambithi