Kyafiwa (feat. Trucé & Request)

Zethembe Nkosi

Kugcwele kumnandi ngathi ngzalwa lelo langa
Kugcwele abongane nabozalo ongabobazi
Yebo kumnandi nabutshwala ungazoganga
Yebo kumnandi bo

Mabengbiza angizwa
Ngathi sphunyelwa amaMitha
Masfika ngathi osisi bazomitha
Akliwa hlis' umoya Angasaminya
La kyafiwa

Kzoba lit
ngphethe nezami sihamba noMonalisa
Wenana Asith Shwii
LA eDubane icala uyolqula ekseni
Upheth izinja
UTruce uRequest no King sikhand ihit
Uyakuzwa ukshisa

Itafula ligcwele konyany nezitha
Ngcolis ikhala kuvuk idemoni
Spend imali ngath snama million
Basbiz amaGupta masphenywa syaslyza
Ngfonele uMinnie inigga lami
Abiz uDlamini zyakhipha la
Nangu noMbali uyangbiza la
No dash ufun ukungnika skoon
Iskhathi seCash time sidlulile
Sidla lemali engath Iksasa alikho
Kduma amadlebe nesound uyayizwa
Kjuluk ontanga nengane zakin
IV-class ntengakaze yathintwa
Szofak ukhiye   kyophendul amajit
Lana zyawa
Yeah
Mina ubambe nesip

Mabengbiza angizwa
Ngathi sphunyelwa amaMitha
Masfika ngathi osisi bazomitha
Akliwa hlis' umoya Angasaminya
La kyafiwa

Ngifonela iyinkabi zami
Asambe siyobuhlaba ngale kwentaba
Ngizwe ngendaba odali bagcwele niyibuya nje nikhala
Lokhu ngavela kwa Tvininini
Ngane zingifuna ngesvininini
Zithi ngingafika noma yinini ngiphathe isavaana no ibernini.
Ungakhali ngedollar ... ngibloma nohodoba
Ekasi lami ngiwu G exer mshana woza mawishaya ngebhoza

Kudala ngagcina kubangena ngegeba bakhala ngentwana mangingena ngigeleza
nawe ungasali bambelela
Ngifike neskole mshana geleza
Ngikele kele bangibiza umalume

Kwenyi party anibongiphatha Nami ngiphethe abangani badli Idollar mamie
Ngane ziyazilahla zibona imali kwezami

Kugcwele kumnandi ngathi ngzalwa lelo langa
Kugcwele abongane nabozalo ongabobazi
Yebo kumnandi nabutshwala ungazoganga
Yebo kumnandi bo

Mabengbiza angizwa
Ngathi sphunyelwa amaMitha
Masfika ngathi osisi bazomitha
Akliwa hlis' umoya Angasaminya
La kyafiwa

Mabengbiza angizwa
Ngathi sphunyelwa amaMitha
Masfika ngathi osisi bazomitha
Akliwa hlis' umoya Angasaminya
La kyafiwa

Curiosidades sobre la música Kyafiwa (feat. Trucé & Request) del King

¿Quién compuso la canción “Kyafiwa (feat. Trucé & Request)” de King?
La canción “Kyafiwa (feat. Trucé & Request)” de King fue compuesta por Zethembe Nkosi.

Músicas más populares de King

Otros artistas de Contemporary R&B