Uyathandwa

Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo

Yebo ngiyaz' ukuthi
Mhlamp' awaz' ukuth' uyathandwa
Mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'
Angithint' ocingweni
Futhi nomlayez' awungeni
Kodwa mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'

Asoze ngesaba bo
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' ulubambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Asoze ngesaba bo
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' uluambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade

Ng'funa waz' ukuthi
Akekh' omuny' ofana nawe
Mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'

I'm an African girl
Oh take me by the hand
Mak'shon ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'

Asoze ngesaba bo
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' ulubambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Angsoze ngesaba bo
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' uluambo lwami
Ngokuthanda kuzе kube phakade

Nguwe wеdw' osenhlizweni yam'
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'

I'm an African girl
Oh take me by the hand
Mak'shon ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'

Asoze ngesaba bo (Ngoba mina ngisabel'ukuthanda,ngoba mina ngisabel'ukuthanda)
Ukuba yimina phambi kwakho (Ngoba mina ngisabel'ukuthanda,ngoba mina ngisabel'ukuthanda)
Ngob' ulubambo lwami (Ngoba mina ngisabel'ukuthanda,ngoba mina ngisabel'ukuthanda)
Ngokuthanda kuze kube phakade (Ngoba mina ngisabel'ukuthanda,ngoba mina ngisabel'ukuthanda)

Curiosidades sobre la música Uyathandwa del Kelly Khumalo

¿Cuándo fue lanzada la canción “Uyathandwa” por Kelly Khumalo?
La canción Uyathandwa fue lanzada en 2023, en el álbum “From A God To A King”.
¿Quién compuso la canción “Uyathandwa” de Kelly Khumalo?
La canción “Uyathandwa” de Kelly Khumalo fue compuesta por Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo.

Músicas más populares de Kelly Khumalo

Otros artistas de Middle of the Road (MOR)