Ngizombonga uBaba
Nhliziyo yam igcwel'ukubonga
Nhliziyo yam igcwel'ukubonga
Ng'fis'ukubonga kubo bonk'abantu abangesekile
Ngaze ngafika la
Ng'fis'ukubonga bonk'abantu ab'enz'imisebenzi emihle
Ukuze ng'fike langikhona
Ngicel'ukukubonga mfo kaMhlongo
Ngakho konk'okwenzileyo
Ngila ngikhona ngenxa yakho
Ng'fis'ukubonga mfo kaNzimande
Ngilangikhona nguwe wedwa
Ng'fis'ukubonga abantu bakho Yesu
Laba bengesekayo, ngilangikhona NKosi
Awuyeyeni (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Jesu
Ngabo bonke lababantu (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ngizobonga Baba, ngizobonga (Baba ngizobonga)
Nhliziyo yam igcwel'ukubonga (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Uuuh ye, uuuh ye (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Baba wami (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Kuhle, kuhl'abakwenzileyo kimi (Baba ngizobonga)
Ngizobonga abantu bakho (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Hey abazi abantu
Mababona bangibona senginje
Hey abazi ngisuka phi
Hey abazi abantu
Bona Baba bangibona senginje
Abazi ngisuka phi
Hayi abomndeni wami Amaqwath'amahle ngiyabonga
Asibambaneni sibemunye, umuntu ngumuntu ngabantu
Aah ha ha ngizobonga (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Baba (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ooooh yeyeye (Baba ngizobonga)
Ngiyabonga (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ooh yehehe (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Baba (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ake ngibonge, ngibonga kuwe Nkos'uJesu
Ngemisebenz'emihle ongenzele yona hayi babo
Ake ngibonge, ngibonga kuwe dwala laphakade
Ngemisebenz'emihle ongenzele yona ngelizwi
Ngiyabonga (Baba ngizobonga)
Ake ngibonge (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ngiyabonga, ngiyabonga (Baba ngizobonga)
Ngemisebenz'emihle (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Baba ngizobonga
Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam