Bengingazi [Live]
Bengingaz'ukuthi ungithanda kangaka
Oh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legazi owangithenga ngalo, liphakeme
Ang'soze ngak'bonga ngokwanele
Bengingaz'ukuthi ung'thanda kangaka
Oh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legazi owangithenga ngalo, liphakeme
Angisoze ngakubonga ngokwanele
Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona, Msindisi wami
Ngab'angikho, ngab'angilutho ngaphandle kwakho
Impilo yam (Ayilutho)
Ngaphandle ko (Musa wakho)

Wangithwalela wedw'umqhele wameva
Oh ho ho hawu lobo buhlungu owabuzwa
Ang'soze ngaz'ukuthi wabonani kimina
Kodw'engikwaziyo ukuthi ung'sindisile

Oh oh oh oh oh oh oh oh oh oh oh

Angisoze ngaz'ukuthi wabonani kimina
Kodw'engikwaziyo ukuthi ungisindisile