Dwala [Live]

Hlengiwe Ntombela

Kuyang'thokozisa ukuk'khonza
(Kuyang'thokozisa ukuk'khonza)
Kuyang'jabulisa ukuk'thanda
(Kuyang'jabulisa ukuk'thanda)
Ngizo (Ngizok'khonza njalo)
Ngobukhulu Bakho (Ngobukhulu Bakho)
(Nobungcwele Bakho)

(Ngizok'khonza njalo)
Phakama (Phakama, phakama)
Ngizok'khonza (Ngizok'khonza njalo)
Ngobukhulu Bakho (Ngobukhulu Bakho)
(Nobungcwele Bakho)
Ngizokukhonza (Ngizok'khonza Njalo)
Phakama (Phakama, phakama)

Dwala (Dwala lensindiso)
Dwala elimiyo (Dwala elimiyo)
Dwala laphakade (Dwala laphakade)
(Busa njalo)

Kuyang'thokozisa ukuk'khonza
(Kuyang'thokozisa ukuk'khonza)
Kuyang'jabulisa ukukuthanda
(Kuyang'jabulisa ukuk'thanda)

Ngizok'khonza njalo (Ngizok'khonza njalo)
Ngobukhulu Bakho (Ngobukhulu bakho nobungcwele Bakho)
Ngizo (Ngizok'khonza njalo)
Phakama (Phakama, phakama)

Ngizok'khonza (Ngizok'khonza njalo)
Ngobukhulu Bakho Jesu (Ngobukhulu Bakho)
(Nobungcwele Bakho)
(Ngizok'khonza njalo)
Phakama (Phakama, phakama)

Dwala (Dwala lensindiso)
Dwala elimiyo (Dwala elimiyo)
Dwala laphakade (Dwala laphakade)
Busa (Busa njalo)

Thath'uqobo (Thath'uqobo lwami)
(NgilawulweNguwe)
Baba thath'uqobo lwami (Thath'uqobo lwami)
(Ngilawulwe Nguwe)
Baba thath'uqobo lwami (Thath'uqobo lwami)
(Ngilawulwe Nguwe)

Baba thath'uqobo lwami, ngiyacela (Thath'uqobo lwami)
(Ngilawulwe Nguwe)
Ngibuswe Nguwe (Thath'uqobo lwami)
(Ngilawulwe Nguwe)
Ngiphathwe Nguwe (Thath'uqobo lwami)
(Ngilawulwe Nguwe)

Ngilawulwe Nguwe (Thath'uqobo lwami)
Nqob'intando yami Baba (Ngilawulwe Nguwe)
Ngibuswe Nguwe njalo (Thath'uqobo lwami)
(Ngilawulwe Nguwe) Oh ho ho ho

Thath'uqobo lwami ngilawulwe Nguwe

Músicas más populares de HLE

Otros artistas de Gospel