Wanyamalala No. 2

Ngegazi, uJesu bethula
Umthwalo wezono zami
Ngegazi, uJesu bethula
Umthwalo wezono zami

Wanyamalala (Ngegazi uJesu bethula)
Wanyamalala (Umthwalo wezono zami)
Wanyamalala Jehovah (Ngegazi uJesu bethula)
Wangethul'umthwalo mina (Umthwalo wezono zami)
Wanyamala bo (Ngegazi uJesu bethula)
Umthwalo wezono zami

Wawulahlela eCalvary (Ngegazi uJesu bethula)
Umthwalo (Umthwalo wezono zami)
Wawulahlela eCalvary (Ngegazi uJesu bethula)
Oh umthwalo (Umthwalo wezono zami)

Oh amazulu Jehovah (Ngegazi uJesu bethula)
Wangethul'umthwalo wona (Umthwalo wezono zami)
Oh nank'amazulu Baba (Ngegazi uJesu bethula)
Wangethul'umthwalo mina (Umthwalo wezono zami)
Sengibong'uMthetheli Baba(Ngegazi uJesu bethula)
Wangethul'umthwalo Baba (Umthwalo wezono zami)
Sengibong'uMthetheli Jehovah (Ngegazi uJesu bethula)

Músicas más populares de Derrick Ndzimande

Otros artistas de Gospel