Sinevangeli Lothando
Thina sineVangeli lothando
Thina (SineVangeli lothando)
Ngob'uJesu samthola ngothando
Thina ke uJesu samthola ngothando
Mina ngama, ngamamkela (Ngamamkela)
Umsi (UMsindisi)
Mina ngama, ngamamkela (Ngamamkela)
Umsi (UMsindisi)
Ngathola ukusindiswa
Mina ngathola ukusindiswa
Wena wabo, wabonani ni? (Wabonani?)
Ngeva (Ngevangeli)
Wena wabo, wabonani ni? (Wabonani?)
Ngeva (Ngevangeli)
Mina ngabona izono zami
Mina ngabona izono zami
Shuma, shumayela (Shumayela)
Iva (Ivangeli)
Wena shuma, shumayela (Shumayela)
Iva (Ivangeli)
Abantu bathole ukusindiswa
Abantu bathole ukusindiswa
Mina ngomla, ngomlandela (Ngomlandela)
Umsi (Umsindisi)
Mina ngomla ngomlandela (Ngomlandela)
Umsi (Umsindisi)
Ngize (Ngifike khon'ekhaya lami)
Ngize (Ngifike khon'ekhaya lami)