Inceku Kathixo

Derrick Ndzimande

Inhliziyo yam (Yam, yam, yam, yam)
Yona izw'ubuhlungu
Uma ngikhumbula inceku kaThixo
Ogama layo linguNoah

Inhliziyo yam (Yam, yam, yam, yam)
Yona izw'ubuhlungu
Uma ngikhumbula inceku kaThixo
Ogama layo linguNoah

Washumayela (La, la, la, la)
Yena wathi kubantu
Phendukani nonke nibheke kuThixo
Ngokuba umhlab'uyabhubha

Washumayela (La, la, la, la)
Yena wathi kubantu
Phendukani nonke nibheke kuThixo
Ngokuba umhlab'uyabhubha

Wasebenz'uNoah
Wasebenza, wasebenza
Wasebez'uNoah
Wasebenza, wasebenza
Wasebez'uNoah
Wasebenza, wasebenza
Wasebez'uNoah
Umkhumbi wakhula kakhulu

Wasebenz'uNoah
Wasebenza, wasebenza
Wasebez'uNoah
Wasebenza, wasebenza
Wasebez'uNoah
Wasebenza, wasebenza
Wasebez'uNoah
Umkhumbi wakhula kakhulu

Sebenza mzalwane
Wosebenza, wosebenza
Wosebenza mzalwane
Wosebenza, wosebenza
Wosebenza mzalwane
Wosebenza, wosebenza
Wosebenza mzalwane
Ibandla lokhula kakhulu

Sebenza mzalwane
Wosebenza, wosebenza
Wosebenza mzalwane
Wosebenza, wosebenza

Músicas más populares de Derrick Ndzimande

Otros artistas de Gospel