Emlanjeni

Oh hah welele
Oh hah welele
Welelele welele

Aw mvula thula mvula thula
Ngifun’ukuyobona isthandwa sami
Aw mvula thula mvula thula
Ngifun’ukuyobona ulovie wam

Ng'yabawela
Ng'yabawela ukumbona yena
Ng'yabawela
Ng'yabawela ukumbona yena unana
Ng'yabawela
Ng'yabawela ukumbona yena
Ng'yabawela
Ng'yabawela ukumbona yena unana

Uk’vela kwelanga ngiyophuma ngishone kuwe
Hamb’amakilometer mina ngiyehl’imifula
Ng’hlangabez’iykhukhula aw’noma kwenyuka
Uzong' thol’ emlanjeni soka lami
Uk’vela kwelanga ngiyophuma ngishone kuwe
Hamb’amakilometer mina ngiyehl’imifula
Ng’hlangabez’iykhukhula aw’noma kwenyuka
Uzong' thol’ emlanjeni soka lami

Ngiyafa inkumbulo nothando
Mvula ng’cel'uthule webafo
Ngiyobon’umy sweetie my lavo
Sizom’thol' emlanjeni isthandwa sam
Ngiyafa inkumbulo nothando
Mvula ng’cel'uthule webafo
Ngiyobon’umy sweetie my lavo
Sizom’thol' emlanjeni isthandwa sam

Ng'yabawela
Ng'yabawela ukumbona yena
Ng'yabawela
Ng'yabawela ukumbona yena unana

Ngiyafa inkumbulo nothando
Mvula ng’cela uthule webafo
Ngiyobon’umy sweetie my lavo
Sizom’thola emlanjeni isthandwa sam
Ngiyafa inkumbulo nothando
Mvula ng’cela uthule webafo
Ngiyobon’umy sweetie my lavo
Sizom’thola emlanjeni isthandwa sam

Uk’vela kewlanga ngiyophuma ngishone kuwe
Hamb’amakilometer mina ngiyehl’imifula
Ng’hlangabez’iykhuhkula aw’noma kwenyuka
Uzong’thol’emlanjeni soka lami
Uk’vela kewlanga ngiyophuma ngishone kuwe
Hamb’amakilometer mina ngiyehl’imifula
Ng’hlangabez’iykhuhkula aw’noma kwenyuka
Uzong’thol’emlanjeni soka lami

Músicas más populares de De Mthuda

Otros artistas de