MDALI

Ungasus' isandla sakho
Kimi Baba
Ungasus' amehlo akho
Kimi Baba
Kukho konke engiyikona
Ngibonga wena Mdali
Ungathath' uthando Iwakho
Ngizophel' amandla

S'khala kuwe Mdali (S'khala kuwe, s'khala kuwe)
Sibhеka kuwe Mdali (sibheka kuwe, sibhеka kuwe Mdali)
Ayikh' end' indlela
Ngaphandle kwakho

Busa, busa
Ingunaphakade

Ungathathi uthando Iwakho
Kimi Baba
Ungigcine ngiphephile
Ungasus' umusa wakho
Kimi Baba
Kukho konke engiyikho
Ngibonga wena Mdali
Ungathath' uthando Iwakho
Ngizophel' amandla
Siyashweleza Somandla

S'khala kuwe Mdali (S'khala kuwe, s'khala kuwe)
Sibhеka kuwe Mdali (sibheka kuwe, sibhеka kuwe Mdali)
Ayikh' end' indlela
Ngaphandle kwakho
S'khala kuwe Mdali (S'khala kuwe, s'khala kuwe)
Sibhеka kuwe Mdali (sibheka kuwe, sibhеka kuwe Mdali)
Busa, busa
Ingunaphakade
S'khala kuwe Mdali (S'khala kuwe, s'khala kuwe)
Sibhеka kuwe Mdali (sibheka kuwe, sibhеka kuwe Mdali)
Ayikh' eny' indlela
Ngaphandle kwakho

Thatha I'dvumo Iwakho
Mnini Mandla wonke
Ngibhekise mehlo ami
Lapho lusito Iwami luvela khona
Ngabe lusito Iwami luvelaphi na?
Luvela kuwe Somandla
Sonini Nanini, Mvelinqangi
Ngibonga wena Mdali

Músicas más populares de DBN Gogo

Otros artistas de World music