Mbulali Wami

Ohhhhh Ohhhhhh
Ohhhhh Ohhhhhh (Aaah mbulali wami)

(Ohhhhh Ohhhhh) Aaah mbulali wami, ngithethelele somandla
(Ohhhhh Ohhhhhh) Aaaah mbulali wami
Yooh mbulali wami
Yooh, yooh, yooh ngithethelele (Ohhhhh Ohhhhhh)
Ohh mbulali wami (Ohhhhh Ohhhhhh)

Ngikhumbula lolosuku
Ngibuy'emsebenzini
Ngingamonanga lutho
Wangihlaba ngomkhonto kabuhlungu
Ngamemeza njengengane ikhala kabuhlungu
Ngingonanga lutho
Ngafa ngashiy'abantwana bami

Mbulali wami tshel'uBaba (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Tshel'uBaba (Ngicela utshel'uSomandla)
Ukuthi wa (Ukuthi wangibulalelani) Ehh

Mbulali wami tshel'uBaba (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Tshel'uBaba (Ngicela utshel'uSomandla)
Ukuthi wa (Ukuthi wangibulalelani) Wohh

Tshel'uBaba, tshel'uBaba (Ehh) tshel'uBaba
(Sesisonk'ezulwini)
Ukuthi nga (Ngicela utshel'uSomandla)
Tshel'uBaba (Ukuthi wangibulalelani)

We mbulali wami tshel'uBaba (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Tshel'uBaba (Ngicela utshel'uSomandla)
Tshel'uBaba (Ukuthi wangibulalelani)

Ngikhumbula lolosuku
Ngibuy'emsebenzini
Ngingonanga lutho
Wangihlaba ngomkhonto kabuhlungu
Ngamemeza njengengane ikhala kabuhlungu
Ngingonanga lutho
Ngafa ngashiy'abantwana bami

Ngikhumbula lolosuku
Ngibuy'emsebenzini
Ngingonanga lutho
Wangihlaba ngomkhonto kabuhlungu
Ngamemeza njengengane ikhala kabuhlungu
Ngingonanga lutho
Ngafa ngashiy'abantwana bami (Hayi)

We mbulali wami tshel'uBaba
Tshel'uBaba
Tshel'uBaba

We mbulali wami tshel'uBaba (Wangibulalelani baba)
Tshel'uBaba (Wangibulalelani baba)
Tshel'uBaba (Wangibulalelani baba)

Ayi wembulali wami (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Tshel'uBaba (Ngicela utshel'uSomandla)
Ukuthi wa (Ukuthi wangibulalelani) Oh mina ngiyakhala

(Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Tshel'uBaba (Ngicela utshel'uSomandla)
Tshel'uBaba (Ukuthi wangibulalelani) Hayi

We mbulali wema (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
(Ngicela utshel'uSomandla)
Tshel'uBaba (Ukuthi wangibulalelani) Wo wo wo

Ngamemeza njengengane ikhala kabuhlungu (Oh ngiyakhala)
Ngingonanga lutho (Wangibulalelani baba)
Ngafa ngashiy'abantwana bami (Maye Ngiyakhala)

Ngikhumbula lolosuku
Ngibuy'emsebenzini (Maye Ngiyakhala)
Ngingonanga lutho (Oh tshel'ubaba)
Wangihlaba ngomkhonto kabuhlungu (Oh nang'uBaba)
Ngamemeza njengengane ikhala kabuhlungu
Ngingonanga lutho (Mtshele)
Ngafa ngashiy'abantwana bami (Oh nang'uBaba)

Ngithi hey wena mbulali wami (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Tshel'uBaba (Ngicela utshel'uSomandla)
Ukuthi wa (Ukuthi wangibulalelani) (Oh nang'uBaba)

Ngithi hey wena mbulali wami (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
Sesihleli naye (Ngicela utshel'uSomandla)
Mtshele njalo (Ukuthi wangibulalelani)

Ngithi hey wena mbulali wami (Ehh)
(Sesisonk'ezulwini)
We mbulali wami (Ngicela utshel'uSomandla)
Ngicel'utshel'uBaba(Ukuthi wangibulalelani) We mbulali

Wo mbulali ( Ohh)
(Oh oh)

Músicas más populares de Brenda Fassie

Otros artistas de Kwaito