UThando

Thando uyadida
Ngokuhlala enhliziyweni
Nhliziyo lawe uyaxhaka
Nhokuhla emfihlakalweni
Awuko nowodwa umthambo okhombisa lapho okuhlala khona uthando
Engabe besabekhona na
Abathanda ngakho konke abalakho
Abathanda ngomphefumulo wonke
Abathanda ngenhliziyo
Ngob' uthando silufuna endaweni ezahlukileyo
Abanye balufuna emalini uthando
Abanye balufuna ezimotweni uthando
Awwwwu 'thando waze lwabadida
Kukho nkonke esikufunayo emhlabeni lesingakwenza
Uthando luhlalaendaweni yalo
Sizwa ngomusa lomgqhumu enhliziyweni
Ungasebenzangokuzikhandla,
Uzuze konke okufunayo
Kodwa uthando luyahlala emfihlakalweni iiiii
Kodwa uthando ligidiza lapho okungaboni muntu khona

Okwalwumhlaba kukandla inhliziyo
Okwalelilizwe kuyawu kandl' umoya
Hlal' unjalo ufuna uthando laph' ongakhona
Hlal' unjalo uhlezi ndawonye lo thando
Hlal' unjalo ujaqa uqazindlеlaaaaa
Ehhhee futhi thandooo
Ehhhee futhi thandooo
Ehhhee futhi thandooo
Ehhhee futhi thandooo
Ehhhee futhi thandooo
Ehhhee futhi thandooo

Curiosidades sobre la música UThando del Black Coffee

¿Cuándo fue lanzada la canción “UThando” por Black Coffee?
La canción UThando fue lanzada en 2018, en el álbum “Music Is King”.

Músicas más populares de Black Coffee

Otros artistas de House music